Sjava & Delayde – Grounding Lyrics

 

Grounding Lyrics

 

K’thiw’ umama uyakhala ekhaya
Uthi mtanami ng’cela uganwe
Ngamtshel’ uthando lwamanje
Selihlukile manje l’gcwele udlame
Wathi ngiyaz’ akukholula wemtanami
Kodwa ng’cel’ uzame
Nawe uyabon’ ukuthi ilanga liyak’shonela manje
Luth’ iy’ngane

Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok’xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yeka uk’shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa

Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok’xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yeka uk’shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa

Mama nami ngiyafisa ukugcagcwela
Ng’fane nezinye insizwa nami
Nawe mama uy’qhenye ngami
Okwahlula ubaba ukubone ngami
Sengilimale kakhulu othandweni
Inhliziyo yami iyopha ma
Yizo zonke lezo izathu zami
Mama uzongixolela ngalenqumo zami

Ngiyazi bayakpiklela bathi
Libi kimi
Libi kabi
Wemfazi ongazalanga
Uyothi wabonani

Gabi, gabi
Gabi, gabi
Wemfazi ongazalanga
Uyothi wabonani
Mhla ziw’shaya emabaleni akwami

K’thiw’ umama uyakhala ekhaya
Uthi mtanami ng’cela uganwe
Ngamtshel’ uthando lwamanje
Selihlukile manje l’gcwele udlame
Wathi ngiyaz’ akukholula wemtanami
Kodwa ng’cel’ uzame
Nawe uyabon’ ukuthi ilanga liyak’shonela manje
Luth’ iy’ngane

Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok’xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yeka uk’shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa

Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok’xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yeka uk’shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa