S’Villa Imali Yam Lyrics
Imali Yam Lyrics
Lyrics for “Imali Yam”
(Chorus)
Awu we sbal’uyang’kolota
Ng’fun’imali yam we ndoda
Sbal’uyangkolota
(Sekukudala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam we ndoda
Sbal’ uyangkolota
(Ng’fun’ isheke lam we ndoda)
Awu we sbal’uyang’kolota
Ng’fun’imali yam we ndoda
Sbal’uyangkolota
(Sekukudala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam we ndoda
Sbal’ uyangkolota
(Ng’fun’ isheke lam we ndoda)
(Verse 1)
Ngizwa bath’utheng’umuz’omusha
Ngizwa bath’uthenge ne-iphone entsha
Bath’uphuz’ utshwal’obubizayo
Mjita kodwa lento oyenzay’ibizwani?
Sekukaningi kaningi kaningi
(Ng’fun’ imali yami we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Aw libambe lingashoni we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Ng’fun’ imali yami we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Aw libambe lingashoni we sbali)
(Chorus)
Awu we sbal’uyang’kolota
Ng’fun’imali yam we ndoda
Sbal’uyangkolota
(Sekukudala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam we ndoda
Sbal’ uyangkolota
(Ng’fun’ isheke lam we ndoda)
Awu we sbal’uyang’kolota
Ng’fun’imali yam we ndoda
Sbal’uyangkolota
(Sekukudala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam we ndoda
Sbal’ uyangkolota
(Ng’fun’ isheke lam we ndoda)
(Verse 2)
Aw qoqo-qoqo, ngicel’uvule uphume s’khulume
Qoqo-qoqo, bhut’ angilwi ng’fun’into yam yok’thenga
Aw qoqo-qoqo, ngicel’uvule upheme s’khulume
Qoqo-qoqo, bhut’ angilwi ng’fun’into yam yok’thenga
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Ng’fun’imali yami we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Aw libambe lingashoni we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Ng’fun’ imali yami we sbali)
Sekukaningi kaningi kaningi kaningi
(Aw libambe lingashoni we sbali)
(Chorus)
Awu we sbal’uyang’kolota
Ng’fun’imali yam we ndoda
Sbal’uyangkolota
(Sekukudala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam we ndoda
Sbal’ uyangkolota
(Ng’fun’ isheke lam we ndoda)
Awu we sbal’uyang’kolota
Ng’fun’imali yam we ndoda
Sbal’uyangkolota
(Sekukudala awusaphenduli nefoni)
Awu we sbal’ uyang’kolota
Ng’fun’ imali yam we ndoda
Sbal’ uyangkolota
(Ng’fun’ isheke lam we ndoda)
Credits
Song title: Imali Yam
Performed by: S’Villa
Written by: SVilla
Produced by: Kgosi Mahumapelo, Siyabonga Mkhize and Pheto Mabena
Source: Ambitious Group PTY LTD