Ayanda Ntanzi – Nkosi Jesu Ngiyakuthanda Lyrics

Ayanda Ntanzi Nkosi Jesu Ngiyakuthanda Lyrics, Nkosi Jesu Ngiyakuthanda Lyrics by Ayanda Ntanzi

O Jesu Nkulunkulu wami
Ngizwe ngikhala Kuwe Nkosi
Bese uthel’ umusa Wakho kimi

Uhlezi ezulwini Lakho
(Jesu) Nkosi Jesu ngiyakuthanda
(Jesu) Nkosi Jesu (Mina) ngiyakuthanda
Wandise njalo uthando lwami (wandise njalo)
Wandise njalo uthando lwami
Wawubonani kimi Nkosi

Ukuba ungithande njalo
O yek’ ubukhulu benjabulo
Oyiz’ umoya wami ngawe
(Jesu) Nkosi Jesu ngiyakuthanda
(Ey) Nkosi Jesu (Mina)ngiyakuthanda

Wandise njalo uthando lwami (uthando)
(Nkosi uJesu) Nkosi Jesu ngiyakuthanda
(Jesu) Nkosi Jesu (Mina)ngiyakuthanda

Wandise njalo uthando lwami (wandise njalo)
(Nkosi uJesu) Nkosi Jesu ngiyakuthanda (mina)
(WeJesu) Nkosi Jesu ngiyakuthanda
Wandise njalo uthando lwami (wandise njalo)

Ayanda Ntanzi Nkosi Jesu Ngiyakuthanda Lyrics English Translation

O Jesus my God
Hear me cry to Thee, Lord
Then pour out Your mercy on me

He sits in Your heaven
(Jesus) Lord Jesus I love you
(Jesus) Lord Jesus (I) I love you
Always increase my love (always increase)
May you always increase my love
What did you see in me Lord

If you always love me
O how great is the joy!
You are my soul for you
(Jesus) Lord Jesus I love you
(Hey) Lord Jesus (I) love you

Always increase my love (love)
(Lord Jesus) Lord Jesus I love you
(Jesus) Lord Jesus (I) I love you

Always increase my love (always increase)
(Lord Jesus) Lord Jesus I love you (me)
(Of Jesus) Lord Jesus I love you
Always increase my love (always increase)

    Credits & Song Knowledge

  • Song Title:
  • Performed by:
  • Written by:
  • Genre:
  • Album:
  • Release Date: